| Uthando lwakho lungshaya ten thousani |
| Ubusuku ne mini ngyafa ngawe |
| Uthando lwakho lungshaya ten thousani |
| Ubusuku ne mini ngyafa ngawe |
| Ohh giya mizwa yami (giya, giya) |
| Kukhala umzwilili enhlizweni |
| Giya mizwa yami (giya, giya) |
| Ohh ngithi giya mizwa yami weee (giya wee) |
| Giya mizwa yami (giya, giya) |
| Kukhala umzwilili enhlizweni (giya we) |
| Giya mizwa yami (giya, giya) |
| Ohh ngithi giya mizwa yami wee (giya, giya) |
| Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza |
| Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba |
| Ksukela ekqaleni wena wangi chaza |
| Wavele waduka nami (waduka nami) |
| Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza |
| Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba |
| Ksukela ekqaleni wena wangi chaza |
| Wavele waduka nami (waduka nami) |
| Uthando lwakho lungshaya ten thousani |
| Ubusuku ne mini ngyafa ngawe |
| Uthando lwakho lungshaya ten thousani (hhay lungishaya 10k) |
| Ubusuku ne mini ngyafa ngawe (hhay angyazi intw' enje) |
| Uthando lwakho dali hhay lungishaya 10k |
| Mangik’buka dali ngigezamehlo hhay ngik’buka 5k |
| Queen meets king then the puppy love thing andre 3k |
| You special uyi 38 uyintanga yami hhay angiz’shayi ngama 2k |
| Intw' engiyithanda ngawe, ukuthi uyazaz' ufunani |
| Hhay awuhambi nomoya hhayi awududwa abangani |
| Mang’nawe k’gidi nhliziyo, ngicela ningalikhiphi ledliso |
| Zishebo zomfino nombhido, mawungithinta kukhuphuki libido |
| Ngigudl' oshuku ngi crossi border, ngye swatini ngyolobola |
| Masezuwshaya k’yogqoz' imfene hhay umthakath' uyozonda |
| Madlamini jama kasjadu, zizi elimnyama ney' nkomo zalo |
| Buhl' obunje buhle bendalo, wha wha wha sobhuza somhlola |
| Uthando lwakho lungshaya ten thousani |
| Ubusuku ne mini ngyafa ngawe |
| Uthando lwakho lungshaya ten thousani |
| Ubusuku ne mini ngyafa ngawe |
| Angwabolekanga mehlo |
| Mina ngazalwa nawo |
| Ingakho ngikwazi ukuyibona |
| Imbali eqhakazile emhlabeni |
| Angwabolekanga mehlo |
| Mina ngazalwa nawo |
| Ingakho ngikwazi ukuyibona |
| Imbali eqhakazile emhlabeni |
| Ngzokutotosa (owami wena) |
| Ngzok’phatha okweqanda ng’zokutotosa (owami wena) |
| Uyayitoboza (owami wena) |
| Nhliziy igxuma okwentothoviyane |
| Ngzokutotosa (owami wena) |
| Ngzok’phatha okweqanda ng’zokutotosa (owami wena) |
| Uyayitoboza (owami wena) |
| Nhliziy igxuma okwentothoviyane |
| Uthando lwakho lungshaya ten thousani |
| Ubusuku ne mini ngyafa ngawe |
| Uthando lwakho lungshaya ten thousani |
| Ubusuku ne mini ngyafa ngawe… |