Дата выпуска: 31.12.2008
Язык песни: Коса
Londiwe |
Ngabe ungenwe yini weLondiwe? |
Uyangixaka manje kule zinsuku |
Angisakutholi kahle |
Selokhu ngavuma ukuthi uyosebenza |
Uyangixaka |
Sengathi unemikhuba |
Angisakutholi kahle |
Awufiki ekhaya ngesikhathi okufanele ufike ngaso |
Uma manje mina sengithanda ukwazi |
Uthi ubusebenza isikhathi eside emsebenzini |
Noma ushiywe yibhasi |
Izolo bengiye la usebenza khona |
Ngathola ukuthi sekuvaliwe |
Ngahamba ngayokubheka emabhasini |
Ngakuthola ungekho |
Kodwa ekhaya khona ufike phakathi kwamabili |
Izolo bengiye la usbenza khona |
Ngathola ukuthi sekuvaliwe |
Ngahamba ngayokubhka emabhasini |